with these words i'm proudly declaring His power
and calling Him Jehovah Jairah
for He saved Shadrack, Mershack and Abednigo from a blazing fir
that's why i believe He can also take us higher
for He never gets tired.
kuhlupheka okutheni opku okungahlupheki
ukuthol' umunt' okuzomhluphekisa
Original by: Baxola Majika Tinana
Wednesday, May 11, 2011
Wednesday, February 16, 2011
Ingelosi
bathi zinamaphiko kuwen' angiwaboni kodwa ngiqinisekil' ukuth' uyiNgelosi
phambi kwamehl' akh' amsulwa ngiyavum' ukuthi nginamaphutha
kodw' izinyembez' emehlwen' akho sezizosulwa ngoba nasebubini sengizothutha
ng'sakhumbulile ngithi mangikukhumbuze ngendlel' engahambi bantu
kepha ngendlel' engizizwa ngayo ngawe
angikwazi kuchaza kodwa ngivumele ngikuhayel' inkondlo yothand' ezoba naMandla okuvul' aMasango entliziyweni yakho
uphind' ungivumele ngikuvumel' ingom' ezoleth' injabul' empilweni yakho
ungakhohlw' ukuthi wena ngakushela ngezwi yingakho nawe ngifun' ungitshel' ukuth' uyangithanda uz' ushelwe yizwi.
bathi zinamaphiko kuwen' angiwaboni kepha ngiqinisekil' ukuth' uyiNgelosi
Bathi zinamaphiko kuwen' angiwaboni kepha ngiqinisekil' ukuth' uyiNgelos' eyathunyelw' eKhay' eZulwin' ukuz' izokhombisa min' uThando lwangempela
yingakho manginawe ngingazikhohlw' ezam' izinkinga kepha ngizibek' ecelen' ukuze kubus' injabulo kuthina
esakh' isandla ngiyosibamba lishisa noma lisina
ngisbamb' ebumnyameni nasekukhanyeni
ngik'buk' emehlweni ngik'tshel' ukthi Ngiyak'Thanda
futhi nakusasa ngisezovuka Ngik'Thanda
besengiyakuthata sihambe siyogibel' iMango siziyel' eThekwini siyoziphumulela phansi kwezihlahla zeMango
singafani ke no Adam no Eve thina kepha sivumelek' ukuthi
sidle zonk' izithel' ezikhon' uma sesiyoCosha u nick
angithi we are going to picnic
Uma sisuka lapho sihambe siyozibhlomel' eParkin sifike sisuse zonke leziMot' ezingcolis' umnikazi woBuhl' obukuwena
angith' ubuhl' obukuwena obeNdalo
Bathi zinamaphiko kuwena angiwaboni kepha ngiqinisekil' ukuth' uyiNgelosi
bathi zinamaphiko kuwen' angiwaboni keph'ubuningi bethu phambi kwaMehlo kaMdali singaboni. angithi vele sazalwa singaboni
Unlike uMfundis' eSontweni mina ngeze ngikubek' iSandla keph' esam ngiyosisebenzis' ukuleth' iNjabulo kuWena
umasengimdal' eStolo sam ngizofak' uMbhede ukwenzel'
ukuth' um' uzothenga uthol' i sleep (slip)
la kuwen' akulingisi Mazwi, Ndosi na Gagashe kepha wena uwuBambo Lwami.
bathi zinamaphiko kuwen' angiwaboni kepha ngiqinisekil' ukuthi wena uyiNgelosi.
Original by: Baxola Majika
Tinana

Monday, December 6, 2010
just greeting
hey hope uyaphila, by da way bendibulisa nje . . . i'm tired of typing poems but i will upload some after i'm finished with another love poem called "Ingelosi"
Original by: Baxola Majika Tinana
Original by: Baxola Majika Tinana
Monday, November 29, 2010
Umthandazo tha other
Izolo ebumnyameni besidlal' indize
sayek' ukuba zintyatyambo zesizwe
nob' iNgelosi zeZulu bezisibiza zange sive
ngoba besisalibele bubumnandi
singqishel' ezikasathan' izandi
emphefumlweni sikwenz' ukhubeke
sihamb' endleleni sikhubeke
siwe uth' asivuke ke
sime uth' asiqhubeke
ezwini lakh' uth' asithembele
Original by: Baxola Majika Tinana
sayek' ukuba zintyatyambo zesizwe
nob' iNgelosi zeZulu bezisibiza zange sive
ngoba besisalibele bubumnandi
singqishel' ezikasathan' izandi
emphefumlweni sikwenz' ukhubeke
sihamb' endleleni sikhubeke
siwe uth' asivuke ke
sime uth' asiqhubeke
ezwini lakh' uth' asithembele
Original by: Baxola Majika Tinana
Ubumnandi
Bobubumnand' obuza nezandi
xa sisithi iszam' ukungabuy' sel' amalahl' eDundee
Yilonto abanye bavele balahle
andithi sifun' izint' eziza kahle
emsebenzin' asifuni kuyobila
kodwa sihleli sisithi sifun' izint' ezibilayo
oku kungathi silibe' ub' umvuzo yint' esetyenzelwayo
kodwa ke singabe sathini ngoba kukhona ezizint' esizidlayo
ezingabangi mdla xa kufuneka sizidle
abant' abadal' bathi ngokubamnyama masizidle
ngoba neNgwe izidla ngamabala ayo
bobubumnand' esibufuna nangokuchith' iogazi
kwingculazi singabasasazi
sijike sithi besingaqondi futhi besingazi
zezinyemvbezi zikaVictoria esithi xa siziselile singahloniphi inyembezi zaba bantu abasizalayo negama lalo wasidalayo
Bobubumnand' obuza nezandi
xasisithi sizam' ukungabuysel' amalahl' eDundee

Wednesday, November 10, 2010
African Dream
when the sun rise in Africa so does hunger with its mother poverty
but hope does the exact opposite
Ethopia killed by endless droght leading
to limitless poverty and brutal mortality
malnutrritioned kids a apopu;ar site with all their heads
and stomachs oversized
is tha what you call a lilfe?
. . . . .just a sample . .
Original by: Baxola Majika Tinana
but hope does the exact opposite
Ethopia killed by endless droght leading
to limitless poverty and brutal mortality
malnutrritioned kids a apopu;ar site with all their heads
and stomachs oversized
is tha what you call a lilfe?
. . . . .just a sample . .
Original by: Baxola Majika Tinana
Wednesday, October 20, 2010
Umthandazon (1st version. original) . . .sample
Baba THixo Somandla
siyak'cela yolul' esakh' isandla
thin' asinaw' amandla
abanye bethu sebaze baphum' impandla
ukubekw' izandla
kodw' abavum' ukuhlala kwelakh' ibandla
lo ongaphezulu was'dala was' leth'e mahlaben' ukuze sizomkhonza
thina masifika salibala ubumnandi samkhohlwa
sababiza ngamagama laba abathi bayakholwa
laphum' ilanga abanye bethu bamphika
lashon' ilanga abanye bethu izwi lakhe baliziba
zenzek' izingozi abanye bafa. abanye baphila
babonga amadlozi bakhohl' ukuthi kwawona adalwa uyena
Baba Thixo Somandla
siyakucela yolul' esakh' isandla
emhlabeni konakel' uk'hlala
la phandl' umhlab' uyahlaba
iqiniso lona liyaba
ingane ezincane zidlwengulwa ngamado' eziwabiza ngoBaba
cha Mdal' asiy'khulume lendaba
uyawubona wonakele lomhlaba
ngiqinisile lezi zinto zihlezi zibhalwe kumaphephandaba
usathana neNdodana yakho sebashay' umbango
komakhelwane nez'hlobo kwaphel' uthando
abantu ababulalani bodwa emhlabeni baqoph' umlando
siyay' esontweni kodw' asiyenz' eyakh' intando
yingakho masifik' empumelelweni ehlezi evaliw' amasango
kodwa ngoba sesaphila ngezangoma sesivele sihlabel' ingoma
sihambe siyokumba singenandaba nokoma bese sisola laba abanomona
Baba Thixo Somandla
siyak'cela yolul' esakh' isandla
ufikelele nakulaba abaphila ngokuqed' okwabany' ukphila
laba abachith' igazi sengathi bachith' amanzi qede bathi bas'khiph' ukwazi
nalaba abangenandaba nandabuko. abangasidabukeli
noma sebesidubulel' ubala.
nalaba abangasenasizi. esithi noma sisezinkingeni bangasisizi
nami bengingenal' ipeni yingakho lenkondlo ngiy'bhale ngomsizi
ngiyawazi ke umsizi ekuhambeni kwesikhathi uzocisha
kodwa lamagma enhliziyweni yozwile ayohlezi emthinta
. . . . . . .ngikhathele uku typer . . . .lol . . i write my mind . .

Subscribe to:
Posts (Atom)